IzAga 2:7-10
![IzAga 2:7-10 - Uyabekela abaqotho isibusiso,
uyihawu kwabahamba bengenacala,
egcina izindlela zokulunga,
elondoloza imikhondo yabathembekileyo bakhe.
Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela,
neqiniso,
yebo, nezindlela zonke ezinhle.
Ngokuba ukuhlakanipha
kuyakungena enhliziyweni yakho,
ukwazi kube mnandi emphefumulweni wakho.](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2F320x320%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fstatic-youversionapi-com%2Fimages%2Fbase%2F12290%2F1280x1280.jpg&w=640&q=75)
Uyabekela abaqotho isibusiso, uyihawu kwabahamba bengenacala, egcina izindlela zokulunga, elondoloza imikhondo yabathembekileyo bakhe. Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela, neqiniso, yebo, nezindlela zonke ezinhle. Ngokuba ukuhlakanipha kuyakungena enhliziyweni yakho, ukwazi kube mnandi emphefumulweni wakho.
IzAga 2:7-10