Nguye omupha oyethileyo amandla,
nakongenamandla uyandisa izikhwepha.
Izinsizwa ziyaphela amandla,
zikhathale,
nabasha bawa nokuwa,
kepha abamethembayo uJehova
bayathola amandla amasha,
bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi,
bagijime bengakhathali,
bahambe bengapheli amandla.