Nakhu ukuphela kwendaba,
lapho sekuzwakele konke:
Mesabe uNkulunkulu,
ugcine imiyalo yakhe,
ngokuba lokho kungokwabantu bonke.
Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa
uyakuyisa yonke imisebenzi
ekwahlulelweni kanye nakho konke
okufihliweyo, noma kuhle noma kubi.