Ngakho-ke noma nidla, noma niphuza, noma nenzani, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu. Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu, njengokuba nami ngithokozisa bonke ngakho konke, ngingafuni okungisiza mina kodwa okusiza abaningi, ukuze basindiswe.
1 kwabaseKorinte 10:31-33