Isabatha - Ukuphila Ngokuvumelana Nesigqi SikaNkulunkulu
![Isabatha - Ukuphila Ngokuvumelana Nesigqi SikaNkulunkulu](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F28812%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
8 izinsuku
I-Evangelical Alliance Week of Prayer (WOP) iwuhlelo olubhekwa emhlabeni wonke kodwa oluvame ukubonwa yi-Europe yonke ngezinto ezihlinzekwa yi-European Evangelical Alliance. I-WOP 2022 yenzeka ngaphansi kwendikimba ethi "iSabatha." Kuzo zonke izinsuku eziyisishiyagalombili abafundi bayamenywa ukuba bagxile esicini esisodwa seSabatha: ubuwena, ukuhlinzekwa, ukuphumula, ububele, ukukhumbula, injabulo, ukupha, nethemba. Sithandazela ukuthi lensiza izokusiza ukuthi (uphinde) uthole impilo ehambisana nesigqi sikaNkulunkulu!
Sithanda ukubonga European Evangelical Alliance ngokunikela ngalolu hlelo. Ukuthola eminye imininingwane, sicela uvakashele ku: http://www.europeanea.org
Mayelana Nomshicileli