Lapho Ukholo Lwehluleka: Izinsuku Eziyi-10 Zokuthola Unkulunkulu Ethunzini Lokungabaza

Lapho Ukholo Lwehluleka: Izinsuku Eziyi-10 Zokuthola Unkulunkulu Ethunzini Lokungabaza

10 izinsuku

Ukulwa nokholo kanye nokungabaza kungaba nomzwangedwa futhi uziqhelanise. Abanye bahlupheka bethule kuyilapho abanye belahla inkolelo ngokuphelele, becabanga ukuthi ukungabaza akuhambisani nokholo. U-Dominic Done ukholelwa ukuthi lokhu kuyinhlekelele futhi kuyiphutha elijulile. Usebenzisa imiBhalo nezincwadi ukuze aphikise ngokuthi akukhona nje kuphela ukuthi ukungabaza kuyinto ejwayelekile kodwa ngokuvamile kuyindlela ebheke okholweni olucebile nolunamandla. Hlola ukholo nokungabaza kulolu hlelo lwezinsuku eziyi-10.

Sithanda ukubonga i NavPress ngokunikeza ngalolu Hlelo. Ngeminiye imininingwan, sicela uvakashele: http://bit.ly/2Pn4Z0a
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo