Thanda Sengathi Awukaze Ulinyazwe NguJentezen Franklin

Thanda Sengathi Awukaze Ulinyazwe NguJentezen Franklin

7 izinsuku

Akuyona imfihlo ukuthi labo abasondelene kakhulu nathi bangasilimaza kakhulu. Njengoba sihlukunyezwa ukukhashelwa, sakha izindonga ezizungeze izinhliziyo zethu ukuze zisivikele ebuhlungwini benhliziyo, nokho lezi yizona kanye izindonga ezisivimba ekuboneni ithemba, ukuthola ukuphulukiswa nokuzwa uthando. Yisikhathi sokudiliza izindonga zakho, usebenze ngamanxeba akho, ulungise ubudlelwano obonakele futhi uthole amandla enhliziyo evulekile.

Sithanda ukubonga iBaker Publishing ngokusihlinzeka ngalolu hlelo. Ukuthola eminye imininingwane, sicela uvakashele ku: http://book.jentezenfranklin.org/
Mayelana Nomshicileli