Ukuhamba NoJesu - Izinsuku Ezingu-40 zeLente Zokufunda
![Ukuhamba NoJesu - Izinsuku Ezingu-40 zeLente Zokufunda](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F11147%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
40 izinsuku
‘Ukuhamba NoJesu’ kuwuhlelo lweBhayibheli lokusisiza sihambe noJesu ezahlukweni ezimbili zokugcina zikaMathewu. Siyama ukuze sigxile ezinsukwini zikaJesu zokugcina emhlabeni nokuthi lokho kusho ukuthini kithi. Lokho kungishintsha kanjani kulokho engiyikho nokuthi ngingokabani namuhla? Sizozinika isikhathi sokugxila emiBhalweni futhi ‘siyilethe ekhaya’ ngemibuzo ezosenza sicabange ukuthi sikuphi ohambweni lokwazi uJesu.
Sithanda ukubonga Susan Narjala ngokusinikeza loluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://www.susannarjala.com
Mayelana Nomshicileli