Uhlelo Lokufunda Ngendaba kaJesu

Uhlelo Lokufunda Ngendaba kaJesu

7 izinsuku

Wake wezwa amaqiniso emiBhalo kodwa wazibuza ukuthi ungawatholaphi lawo maqiniso emiBhalweni? Noma ngabe wake wazibuza ukuthi ungabutholaphi ubufakazi bokukholelwa kuNkulunkulu eBhayibhelini? Awuwedwa. Lolu hlelo lwezinsuku eziyisi-7 luhlola izindaba zikaJesu, ubunkulunkulu bakhe, futhi lunikeza imicabango ebonisa ukuthi unguMesiya ngo-Lee Strobel, owayengakholelwa ebukhoneni bukaNkulunkulu. Imicabango yokuzinikela ithathwe ezehlakalweni zika-Lee futhi zifaka isitayela sobuntatheli kusukela ezinsukwini zakhe njengentatheli ephenyayo neChicago Tribune. Lolu hlelo luphelele kulabo abacwaninga ngokucophelela iqiniso ukuze banqume ukuthi uJesu wayengubani yena.

Sithanda ukubonga i Lee Strobel & Zondervan ngokusinikeza lolu hlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: https://store.faithgateway.com/products/the-case-for-christ-a-journalists-personal-investigation-of-the-evidence-for-jesus
Mayelana Nomshicileli

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo