Ukuthandana
Inkambo Yangaphambi Komshado
Imishado eqinile ayivele izithuthukise. Ithemba lethu ukuthi uzothola izimo zengqondo, izindinganiso nemikhuba edingekayo ukwakha umshado onempilo noqinile oyohlala impilo yonke. Lolu hlelo lwezinsuku ezinhlanu luthathwe kwi-The Pre-Marriage Course eyenziwe nguNicky noSila Lee, ababhali beThe Marriage Book.
Ukulungiselela Umshado
Kuthathwe encwadini yabo ethi "Getting Ready for Marriage," joyina ochwepheshe bezobudlelwano uJim Burns noDoug Fields njengoba bekusiza ukuthi uqale manje ukuhlelela ubudlelwane ubuhlala njalo. Ezezimali, abasekhweni, ukuxhumana, ukuxolelana, okulindelekile ocansini, asikho isihloko esinqunyelwe njengoba wena nomngani wakho womshado nilungiselela ukusuka ekuthembiseni ningene esivumelwaneni sempilo yonke komunye nomunye.
Iseluleko Sobudlelwane Kwabesilisa
Kuthiwani uma singakalwa ngezinto esizifezile, kodwa sinikwa amandla ubudlelwane bethu? Ngezindaba eziqabulayo, umbhali uRoger Thompson wembula uhlobo lobudlelwane bamandla obusetshenziswa ekulolongeni indoda. Qala lolu hlelo lweBhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani namuhla.
Imigomo Yobudlelwano
Sesha i-#RelationshipGoals ezinkundleni zokuxhumana, futhi uzothola izithombe ezibonakala ziphelele zabashadile abathandanayo. Kodwa kuthiwani uma umbono wobudlelwano umphakathi wethu owuthengisayo ungamanga? Umfundisi uMichael Todd ubhale Izinjongo Zobudlelwane: Indlela Yokunqoba Ekujoleni, Umshado, kanye Nocansi mayelana nokuba nemigomo yobudlelwano evela kuNkulunkulu futhi ihambisane nalokho Asenze ukuba sibe yikho.
Isifungo
Kulolu hlelo lweLife.Church Bible Plan, imibhangqwana eyisithupha ibhala ngezifungo zomshado eziyisithupha abangakaze bazisho ngokusemthethweni e-altare. Lezi zifungo zokuzilungiselela, ukubeka phambili, ukulandela, ukubambisana, ubumsulwa, nokuthandaza yizifungo ezenza imishado isebenze kade kudlula umshado. Noma ngabe ushadile noma ucabanga nje ngakho, sekuyisikhathi sokwenza isithembiso.
Uyathandeka
Kubonakala sengathi ubudlelwano bukhona yonke indawo lapho ubheka khona. Akukhathaleki ukuthi ukomunye, ulinde oyedwa, noma awushadile, sonke singasebenza endaweni efanayo ebudlelwaneni bethu—thina ngokwethu. Kulolu Hlelo lwezinsuku ezi-5, sizobheka ukuthi kusho ukuthini ukuthandeka—futhi ungase umangale.