KwabaseRoma 10:17-19
KwabaseRoma 10:17-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaNkulunkulu. Kodwa ngithi: Kabezwanga yini? Yebo, impela, izwi labo liphumele emhlabeni wonke, namazwi abo emikhawulweni yomhlaba. Kodwa ngithi: UIsrayeli wayengazi yini? Kuqala uMose uthi: “Ngiyakunivusela umhawu ngabangesiso isizwe, nginithukuthelise ngesizwe esingenangqondo.
KwabaseRoma 10:17-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaKhristu. Kepha ngithi: abezwanga yini na? Impela bezwa kahle: “Izwi labo liphumele emhlabeni wonke, namazwi abo emikhawulweni yomhlaba.” Kepha ngithi: u-Israyeli akazanga yini na? Okokuqala, uMose uthi
KwabaseRoma 10:17-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngalokho-ke ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaKristu. Kepha ngithi: Abezwanga yini na? Yebo, impela: “Izwi labo liphumele emhlabeni wonke, nokusho kwabo kuye nasemikhawulweni yelakhiweyo.” Kepha ngithi: U-Israyeli wayengaqondi na? Kuqala, uMose uthi
KwabaseRoma 10:17-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)