IsAmbulo 9:20-21
IsAmbulo 9:20-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kepha bonke abanye abantu abangabulawanga yilezi zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuze bangakhuleki kumademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezetshe, nezokhuni; akaboni, angezwa, angahambi; futhi kabaphendukanga ekubulaleni kwabo, lekuthakatheni, loba ubufebe babo, loba ekwebeni kwabo.
IsAmbulo 9:20-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha abanye abantu abangabulawanga ngalezo zinhlupheko abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo, ukuba bangakhuleki kuwo amadimoni, nakuzo izithombe zegolide, ezesiliva, ezethusi, ezamatshe, ezemithi, ezingaboni, ezingezwa, nezingahambi. Abaphendukanga futhi ekubulaleni, ekuthakatheni, ebufebeni, nasekwebeni kwabo.
IsAmbulo 9:20-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha abaseleyo babantu abangabulawanga ngalezo zinhlupho abaphendukanga emisebenzini yezandla zabo ukuba bangakhuleki kuwo amademoni, nezithombe zegolide, nezesiliva, nezethusi, nezamatshe, nezemithi, ezingenakho ukubona, nakuzwa, nakuhamba, futhi abaphendukanga ekubulaleni kwabo, nasekuthakatheni kwabo, nasebufebeni babo, nasekwebeni kwabo.
IsAmbulo 9:20-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)