AmaHubo 91:14-16
AmaHubo 91:14-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngoba ubambelele kimi, ngizomhlenga, ngimvikele, ngokuba walazi iGama lami. Uyakungibiza, ngimphendule, ngibe naye lapho esosizini, ngimkhulule, ngimenze abe nodumo. Ngiyomsuthisa ngobude bezinsuku zokuphila, ngimbonise insindiso yami.
Dlulisela
Funda AmaHubo 91AmaHubo 91:14-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngenxa yokuba enamathele kimi, ngakho ngiyamkhulula; ngiyamphakamisa ngokuba elazi igama lami. Uyakungibiza, ngimphendule; ngiyakuba naye esosizini, ngimkhulule, ngimdumise. Ngiyakumsuthisa ngobude bezinsuku, ngimbonise insindiso yami.
Dlulisela
Funda AmaHubo 91AmaHubo 91:14-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngoba engithanda, ngakho ngizamsindisa; ngiyakumphakamisa, ngokuba elazi iGama lami. Uyakungibiza, ngimphendule; ngiyakuba naye osizini; ngiyakumkhulula, ngimdumise; Ngizomanelisa ngezinsuku ezinde futhi ngimenze abone insindiso yami.
Dlulisela
Funda AmaHubo 91