AmaHubo 30:4-5
AmaHubo 30:4-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Mdumiseni uSimakade, nina bathembekileyo bakhe, nibonge igama lakhe elingcwele. Ngokuba intukuthelo yakhe ingeyesikhashana, umusa wakhe umi ingunaphakade. Ukulila kungadonsa kuze kuhlwe; injabulo iqhamuke ekuseni.
Dlulisela
Funda AmaHubo 30AmaHubo 30:4-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Dumisani uJehova nina enimkhonzayo, nibonge igama lakhe elingcwele. Ngokuba ukuthukuthela kwakhe kuba ngokomzuzwana nje, umusa wakhe uba ngowokuphila konke; kusihlwa kungena ukukhala, ekuseni ukujabula.
Dlulisela
Funda AmaHubo 30