AmaHubo 22:1-2
AmaHubo 22:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okububula kwami nokusindiswa kwami. Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula.
AmaHubo 22:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami. Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula.
AmaHubo 22:1-2 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Kungani nikude kangaka ekungisizeni nasemazwini okubhonga kwami na? Nkulunkulu wami, ngiyabiza emini, kepha awuzwa; nasebusuku, angithuli.