AmaHubo 119:97-99
AmaHubo 119:97-99 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Umthetho wakho ngiwuthanda kakhulu. Ngizindla ngawo usuku lonke. Ngemiyalo yakho, ngiyahlakanipha kunezitha zami, ngokuba inami kuze kube phakade. Nginokuqonda okubedlula bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.
Dlulisela
Funda AmaHubo 119AmaHubo 119:97-99 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiyawuthanda umthetho wakho kangaka. Usuku lonke ngizindla ngawo. Ngemiyalo yakho ngiyahlakanipha kunezitha zami, ngokuba inami kuze kube phakade. Ngiyaqonda kunabo bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.
Dlulisela
Funda AmaHubo 119AmaHubo 119:97-99 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
MEM. O, yeka indlela engiwuthanda ngayo umthetho wakho! lokhu kungukuzindla kwami usuku lonke. Ungenze ngahlakanipha kunezitha zami ngemiyalo yakho, ngokuba inami njalo. Ngiyaqonda kunabo bonke abafundisi bami, ngokuba izifakazelo zakho ziyikuzindla kwami.
Dlulisela
Funda AmaHubo 119