AmaHubo 107:28-30
AmaHubo 107:28-30 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Base bekhala kuSimakade ekuhluphekeni kwabo, wayesebakhulula ezinsizini zabo. Wathulisa isiphepho, kwathula du, kwathula namadlambi olwandle. Base bethokoza, ngokuba kwaba ngukuthula, wabaholela ethekwini lokufisa kwabo.
Dlulisela
Funda AmaHubo 107AmaHubo 107:28-30 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo, wabakhulula ezinsizini zabo. Wathulisa isiphepho, kwaze kwaba ngukuthula, kwathula namadlambi olwandle. Base bethokoza, ngokuba kwaba ngukuthula; wabaholela ethekwini lokufisa kwabo.
Dlulisela
Funda AmaHubo 107