IzAga 9:10-12
IzAga 9:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uSimakade, nokumazi oNgcwele kungukuqonda. Izinsuku zakho ziyokwanda ngami, kwenezelwe neminyaka yokuphila kwakho. Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma wedelela, uyakukuthwala wena wedwa.”
Dlulisela
Funda IzAga 9IzAga 9:10-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova, nokumazi oNgcwele kungukuqonda. Ngokuba ngami izinsuku zakho ziyakuba ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwenezelwa kuwe. Uma uhlakaniphile, uzihlakaniphele; uma udelela, uyakukuthwala wena wedwa.”
Dlulisela
Funda IzAga 9