IzAga 27:9-10
IzAga 27:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Amafutha namakha kuyayithokozisa inhliziyo, kodwa umphefumulo udabukiswa yinhlupheko. Ungamlahli umngani wakho noma okayihlo; ungabalekeli endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele. Ungcono umakhelwane oseduze kunesihlobo esihlala kude.
Dlulisela
Funda IzAga 27IzAga 27:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Amafutha nempepho kuyathokozisa inhliziyo; bunjalo ubumnandi bomuntu ngokululeka ngenhliziyo. Ungashiyi umngane wakho nomngane kayihlo, ungangeni endlini yomfowenu ngosuku lwengozi yakho; ungcono umakhelwane oseduze kunomfowenu okude.
Dlulisela
Funda IzAga 27IzAga 27:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Amafutha nempepho kujabulisa inhliziyo, kanjalo ubumnandi bomngane womuntu kanye neseluleko esiqotho. Ungamlahli umngane wakho nomngane kayihlo; ungangeni endlini yomfowenu ngosuku lwenhlekelele yakho, ngokuba umakhelwane oseduze ungcono kunomfowenu okude.
Dlulisela
Funda IzAga 27