KwabaseFilipi 2:7-8
KwabaseFilipi 2:7-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa wazenza ongeladumo, wathatha isimo senceku, waba ngomfanekiso wabantu; efunyenwe enesimo njengomuntu, wazithoba, waba ngolalelayo kwaze kwaba sekufeni, yebo, ekufeni kwesiphambano.
Dlulisela
Funda KwabaseFilipi 2KwabaseFilipi 2:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha wazidela, wathatha isimo senceku, wazalwa waba ngumuntu, wabonakala enesimo somuntu. Wazithoba, elalela kwaze kwaba sekufeni, yebo, ekufeni kwesiphambano.
Dlulisela
Funda KwabaseFilipi 2KwabaseFilipi 2:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
kepha wazidela ethabatha isimo senceku, enziwe ngomfanekiso wabantu; wathi efunyenwe enjengomuntu ngesimilo, wazithobisa, elalela kwaze kwaba sekufeni, yebo, ekufeni kwesiphambano.
Dlulisela
Funda KwabaseFilipi 2