KwabaseFilipi 2:14-15
KwabaseFilipi 2:14-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Yenzani zonke izinto ngaphandle kokukhonona nokuphikisana; ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni
KwabaseFilipi 2:14-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwenzeni konke ngaphandle kokukhononda nokuphikisana, ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala; abantwana bakaNkulunkulu abangenasici phakathi kwesizukulwane esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso emhlabeni
KwabaseFilipi 2:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Yenzani konke ngokungakhononi nokungangabazi, ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenasici phakathi kwesizukulwane esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni
KwabaseFilipi 2:14-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)