NgokukaMarku 8:23
NgokukaMarku 8:23 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UJesu wayibamba ngesandla impumputhe wayiholela ngaphandle komuzi, waphimisela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla zakhe phezu kwayo, wayibuza, wathi: “Kukhona yini okubonayo na?”
Dlulisela
Funda NgokukaMarku 8NgokukaMarku 8:23 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Wayibamba ngesandla impumputhe, wayiyisa ngaphandle komuzi; wafela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla zakhe phezu kwayo, wayibuza ukuthi ibona utho yini.
Dlulisela
Funda NgokukaMarku 8