NgokukaMarku 7:21-23
NgokukaMarku 7:21-23 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba ngaphakathi, enhliziyweni yomuntu kuphuma imicabango emibi, ukuphinga, ubufebe, ukubulala, ubusela, ukufisa, ububi, inkohliso, ukuxhwala, ilihlo elibi, inhlamba, ukuzigqaja, ubuthutha; Zonke lezi zinto ezimbi ziphuma ngaphakathi, zimngcolise umuntu.
NgokukaMarku 7:21-23 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba ngaphakathi enhliziyweni yomuntu kuvela imicabango emibi: ubufebe, ukweba, ukubulala, ukuphinga, umona, nabo bonke ububi, inkohliso, ukonakala okukhulu, iso elibi, ukuhlambalaza, ukuzidla, nobuwula. Zonke lezi zinto ezimbi zivela ngaphakathi, futhi ziyamngcolisa umuntu.”
NgokukaMarku 7:21-23 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
ngokuba ngaphakathi enhliziyweni yabantu kuphuma imicabango emibi, nobufebe, nokweba, nokubulala, nokuphinga, nokufisa, nokushinga, nenkohliso, nokungabi nanhloni, neso elibi, nokuhlambalaza, nokuzidla, nobuwula. Zonke lezo zinto ezimbi zivela ngaphakathi, zimngcolise umuntu.”
NgokukaMarku 7:21-23 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)