NgokukaMathewu 9:36-38
NgokukaMathewu 9:36-38 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa ebona izixuku waba lesihelo ngazo, ngoba zazidiniwe, zihlakazekile njengezimvu ezingelamalusi. Wasesithi kubafundi bakhe: Ukuvuna kukhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana; Ngakho-ke nxusani eNkosini yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ekuvuneni kwayo.
NgokukaMathewu 9:36-38 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwathi lapho ebona izixuku, waba nesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zithithibele njengezimvu ezingenamalusi. Wayesethi kubafundi bakhe: “Isivuno sikhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana. Ngakho-ke nxusani iNkosi yokuvuna ukuba ithume izisebenzi, ziye ekuvuneni kwayo.”
NgokukaMathewu 9:36-38 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha ebona izixuku wabanesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zihlakazekile njengezimvu ezingenamalusi. Wayesethi kubafundi bakhe: “Ukuvuna kukhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana. Ngakho-ke nxusani eNkosini yokuvuna ukuba ithume izisebenzi, ziye ekuvuneni kwayo.”
NgokukaMathewu 9:36-38 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)