NgokukaMathewu 5:38-42
NgokukaMathewu 5:38-42 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Nizwile kwathiwa: Iso ngelihlo, nezinyo ngezinyo; Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi; Uma umuntu ethanda ukukumangalela, akuphuce ingubo yakho, myeke athathe nesambatho sakho; Noma ngubani okuphoqa ukuba uhambe imayela elilodwa hamba naye abe mabili. Muphe ocela kuwe, ungamfulatheli ofuna ukuboleka kuwe.
NgokukaMathewu 5:38-42 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Nizwile kwathiwa: ‘Iso ngeso, izinyo ngezinyo.’ Kepha Mina ngithi kini: ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye. Nofuna ukukumangalela, akwemuke ingubo, mnike nejazi. Nosuke ekucindezela ukuba uhambe imayela libe linye, hamba naye abe mabili. Muphe ocela utho kuwe, ungamlanduleli ofuna ukutsheleka kuwe.
NgokukaMathewu 5:38-42 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Nizwile kwathiwa: ‘Iso ngeso, izinyo ngezinyo.’ Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi, kodwa uma umuntu ekumukula esihlathini sokunene, mphendulele nesinye. Nofuna ukukumangalela, akwamuke ingubo, mnike nejazi. Nosuka ekucindezela ukuba uhambe imayela* libe linye, hamba naye abe mabili. Muphe ocela kuwe, ungamfulatheli ofuna ukutsheleka kuwe.
NgokukaMathewu 5:38-42 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)