NgokukaMathewu 26:40-41
NgokukaMathewu 26:40-41 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini? Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 26NgokukaMathewu 26:40-41 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wabuyela kubafundi, wabafica belele, wathi kuPhethro: “Kodwa beningehlale nilinde nami ihora libe linye na? Lindani, nikhuleke ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kodwa umzimba ubuthakathaka.”
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 26NgokukaMathewu 26:40-41 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayeseza kubafundi, wabafumana belele; wathi kuPetru: “Kanti beningelinde nami ihora libe linye na? Lindani, nikhuleke ukuba ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.”
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 26