NgokukaLuka 3:15-16
NgokukaLuka 3:15-16 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwathi abantu besalindile, bezindla bonke ezinhliziyweni zabo ngoJohane ukuthi unguKristu yini, kumbe hatshi; UJohane waphendula, wathi kubo bonke: Mina nginibhapathiza ngamanzi; kodwa uyeza onamandla kunami, engingafanele ukuwuthukulula umchilo wezicathulo zakhe
NgokukaLuka 3:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Abantu babesabhekile futhi bonke bezibuza ngoJohane ukuthi, ngabe mhlawumbe unguye uKhristu, uJohane waphendula wathi kubo bonke: “Mina nginibhabhadisa ngamanzi, kodwa uyeza onamandla kunami engingafanele ngisho ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe, Yena-ke uzakunibhabhadisa ngoMoya oNgcwele nangomlilo.
NgokukaLuka 3:15-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Abantu besabhekile, bezindla bonke ezinhliziyweni zabo ngoJohane ukuthi ingabe unguKristu yini, uJohane waphendula, wathi kubo bonke: “Mina kambe nginibhapathiza ngamanzi, kepha uyeza onamandla kunami engingafanele ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo
NgokukaLuka 3:15-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)