NgokukaLuka 2:4-6
NgokukaLuka 2:4-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UJosefa naye wakhuphukela eGalile, emzini iNazaretha, waya eJudiya, umuzi kaDavide, okuthiwa yiBhethlehema, ngokuba wayengowendlu nowolibo lukaDavide, ukuze ayobalwa kanye noMariya owayemethembise ukuba abe ngumkakhe, ekhulelwe. Kwathi beselapho, safika isikhathi sokuba uMariya abelethe.
NgokukaLuka 2:4-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Naye uJosefa wakhuphuka ephuma eGalile emzini waseNazaretha, waya eJudiya emzini kaDavide othiwa iBetlehema, ngokuba wayengowendlu nozalo lukaDavide, ukuyobalwa kanye noMariya owayemmiselwe ukuba abe ngumkakhe, ekhulelwe. Kwathi-ke beselapho, zaphelela izinsuku zokuba abelethe.
NgokukaLuka 2:4-6 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Laye uJosefa wakhuphuka eGalile emzini waseNazaretha, waya eJudiya, emzini kaDavide othiwa iBetlehema; (ngokuba wayengowendlu nozalo lukaDavide;) eyakubhaliswa kanye noMariya owayemthembise umshado, esekhulelwe. Kwathi beselapho, zaphelela izinsuku zokuba abelethe.
NgokukaLuka 2:4-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)