NgokukaLuka 16:10-12
NgokukaLuka 16:10-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Othembekile kokuncinyane uthembekile nakokukhulu, nongalungile kokuncane kakhulu akalungile nakokukhulu. Ngakho-ke uma ningathembekanga kokukaMamona ongalungile, ngubani oyakuniphathisa okuqinisileyo na? Njalo uba lingathembekanga kokukomunye, ngubani ozalinika okungokwakho?
NgokukaLuka 16:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Othembekile kokuncinyane, uthembekile nakokukhulu; ongalungile kokuncinyane, kalungile nakokukhulu. Ngakho uma ningathembekile ekuphatheni umcebo ongalungile, pho ngubani oyakuniphathisa umcebo woqobo na? Uma futhi ningathembekile kokomunye, ngubani oyakuninika okungokwenu na?
NgokukaLuka 16:10-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Othembekile kokuncinyane uthembekile nakokukhulu; ongalungile kokuncinyane kalungile nakokukhulu. Ngakho uma beningathembeki kokukaMamona* ongalungile, ubani oyakuniphathisa okuyikhonakhona na? Futhi uma beningathembeki kokomunye, ubani oyakuninika okungokwenu na?
NgokukaLuka 16:10-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)