ULevitikusi 19:9-10
ULevitikusi 19:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“ ‘Uma nivuna isivuno sezwe lakini, awuyukuvuna konke emagunjini ensimu yakho, noma ucoshe ngisho okuwe phansi ensimini yakho. Awuyukuvuna konke esivinini sakho, awuyukubutha amagilebhisi avuthuluke kuso, uyowashiyela abampofu nabafokazi; nginguSimakade uNkulunkulu wakho.
ULevitikusi 19:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“ ‘Nxa nivuna isivuno sezwe lakini, awuyikuvuna ngokupheleleyo emagumbini ensimu yakho, ungakhothozi umkhothozo wesivuno sakho. Awuyikukhothoza isivini sakho, ungabuthi izithelo zesivini ezivuthulukileyo; wozishiyela abampofu nabafokazi; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
ULevitikusi 19:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Lapho nibutha isivuno sezwe lakini, akumelwe nivune ngokuphelele amagumbi ezwe lakini, futhi akumelwe nibuthe isivuno sesivuno senu. Futhi akumelwe usivune isivini sakho, futhi akumelwe ubuthe zonke izithelo zomvini esivinini sakho; woliyeka lihlale elompofu nomfokazi; nginguJehova uNkulunkulu wenu.