NgokukaJohane 9:1-3
NgokukaJohane 9:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
NgokukaJohane 9:1-3 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na? UJesu waphendula wathi: “Akonanga noma yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe kuye imisebenzi kaNkulunkulu.
NgokukaJohane 9:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kuthe uJesu edlula, wabona indoda eyayiyimpumputhe kwasekuzalweni. Abafundi bakhe bambuza, bathi: “Rabi, ngubani owonayo; yilo noma ngabazali bakhe, ukuze azalwe eyimpumputhe na?” UJesu waphendula, wathi: “Akonanga yena noma abazali bakhe, kodwa ukuze kubonakaliswe imisebenzi kaNkulunkulu kuye.
NgokukaJohane 9:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)