NgokukaJohane 4:5-6
NgokukaJohane 4:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Khona wafika emzini waseSamariya ogama lawo yiSikhari, eduze nesiqinti uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe. Wawukhona lapho umthombo kaJakobe. Ngakho uJesu ekhathele ukuhamba wayesehlala ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.
NgokukaJohane 4:5-6 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wayesefika emzini waseSamariya othiwa iSikhari, eduze nesiqephu sensimu uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe. Kwakukhona umthombo kaJakobe. Ngakho uJesu ekhathele ukuhamba wahlala kanjalo ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.
NgokukaJohane 4:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke wafika eSamariya emzini okuthiwa yiSikhari, eduze nesiqinti uJakobe asinika uJosefa, indodana yakhe. Kwakukhona umthombo kaJakobe lapho. Ngakho-ke uJesu esekhathele ukuhamba, wahlala ngasemthonjeni. Kwakungaba yihora lesithupha.
NgokukaJohane 4:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)