NgokukaJohane 18:37-38
NgokukaJohane 18:37-38 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wayesethi uPilatu kuye: “Kanti uyinkosi ngempela na?” UJesu waphendula, wathi: “Usho khona ukuthi ngiyinkosi; ngokuba ngazalelwa lokho, ngafikela lokho emhlabeni, ukuba ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.” Wathi uPilatu kuye: “Iqiniso liyini na?”
NgokukaJohane 18:37-38 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UPilatu wasesithi kuye: Ngakho wena uyinkosi yini? UJesu waphendula wathi: Wena uthi ngiyinkosi. Ngazalelwa lokho, futhi ngezela lokho ezweni, ukuze ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami. UPilatu wathi kuye: Liyini iqiniso? Eseshilo lokho wabuye waphuma, waya kumaJuda, wathi kuwo: “Angifumani cala kuye nakanye.
NgokukaJohane 18:37-38 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
UPilatu wasesithi kuye: Ngakho wena uyinkosi yini? UJesu waphendula wathi: Wena uthi ngiyinkosi. Ngazalelwa lokho, futhi ngezela lokho ezweni, ukuze ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami. UPilatu wathi kuye: Liyini iqiniso? Eseshilo lokho wabuye waphuma, waya kumaJuda, wathi kuwo: “Angifumani cala kuye nakanye.
NgokukaJohane 18:37-38 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayesethi uPilatu kuye: “Kanti nokho uyinkosi na?” UJesu waphendula wathi: “Usho khona. Ngiyinkosi; ngizalelwe lokho, ngafikela lokho ezweni ukuba ngifakazele iqiniso. Bonke abeqiniso bayalizwa izwi lami.” Wathi uPilatu kuye: “Iqiniso liyini na?” Eseshilo lokho wabuye waphumela kubaJuda, wathi kubo: “Angifumani cala kuye.