NgokukaJohane 15:6-7
NgokukaJohane 15:6-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashiswe. Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, niyakukwenzelwa.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 15NgokukaJohane 15:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune. Lawo magatsha bayawabutha, bawaphonse emlilweni, ashe. Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, nikwenzelwe.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 15NgokukaJohane 15:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uma umuntu engahlali kimi, ulahlwa ngaphandle njengegatsha, abune; bawabuthe, bawaphonse emlilweni, ashe. Uma nihlala kimi, namazwi ami ehlala kini, niyakucela enikuthandayo, nikwenzelwe.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 15