NgokukaJohane 14:5-7
NgokukaJohane 14:5-7 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
UTomasi wathi kuye: Nkosi, asazi lapho oya khona; futhi singayazi kanjani indlela? UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami. Uma beningazile mina, beniyakumazi noBaba; kusukela manje niyamazi, nimbonile.
NgokukaJohane 14:5-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UThomase wathi kuye: “Nkosi, asazi lapho uya khona. Pho singayazi kanjani indlela na?” UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami. Ukuba beningazi Mina, beniyakumazi noBaba; kodwa niyamazi manje, futhi nimbonile.”
NgokukaJohane 14:5-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UTomase wathi kuye: “Nkosi, asazi lapho uya khona; siyazi kanjani indlela na?” UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami. Uma beningazi mina, beniyakumazi noBaba; kusukela manje niyamazi, nimbonile.”
NgokukaJohane 14:5-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)