NgokukaJohane 14:15-18
NgokukaJohane 14:15-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Uma ningithanda, niyakugcina imiyalo yami. Ngiyakucela kuBaba aniphe omunye uMduduzi wokuba ahlale kini phakade, uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi; nina niyamazi yena, ngokuba uhlala nani, uyakuba kini. Angiyikunishiya niyizintandane; ngiyeza kini.
NgokukaJohane 14:15-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uma ningithanda, gcinani imiyalo yami. Ngiyakucela kuBaba, aninike omunye uMduduzi, ukuze ahlale kini phakade; UMoya weqiniso; izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, lingamazi, kepha nina niyamazi; ngokuba uhlala nani, futhi ukini. Angiyikunishiya niyizintandane; ngiyakuza kini.
NgokukaJohane 14:15-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Uma ningithanda, niyakuyigcina imiyalo yami. Ngiyakucela kuBaba ukuba aniphe omunye uMduduzi ukuba ahlale kini kuze kube phakade; uMoya weqiniso, izwe elingemamukele, ngokuba lingamboni, futhi lingamazi. Nina niyamazi Yena, lokhu uhlala nani, uyakuba kini. “Angiyukunishiya niyizintandane, kodwa ngiyakubuya ngize kini
NgokukaJohane 14:15-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)