NgokukaJohane 1:9-11
NgokukaJohane 1:9-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwakungukukhanya kweqiniso, okukhanyisa bonke abantu, okwase kuza ezweni. ULizwi wayekhona ezweni. Izwe lavela ngaye, kodwa izwe alimazanga. Weza kokwakhe, kodwa abakhe abamemukelanga.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 1NgokukaJohane 1:9-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni. Wayekhona ezweni, izwe lenziwa ngaye, kepha izwe alimazanga. Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 1NgokukaJohane 1:9-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni. Wayekhona ezweni, izwe lavela ngaye; kepha izwe alimazanga. Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.
Dlulisela
Funda NgokukaJohane 1