AbAhluleli 5:6-7
AbAhluleli 5:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ezinsukwini zikaShamgari, indodana ka-Anathi, ezinsukwini zikaJayeli, abantu bayibalekela imigwaqo emikhulu, abahamba ngalezo ndlela bahamba ngezindlela ezimazombezombe. Imizi yakwa-Israyeli yama ingenamuntu, Debhora, kwaze kwafika wena, wafika njengonina ku-Israyeli.
AbAhluleli 5:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Ezinsukwini zikaShamgari indodana ka-Anati, ezinsukwini zikaJayeli imendo yayishiyiwe; ababeyakuhamba ngemendo bahamba ngemikhondo. Abaholi baphela kwa-Israyeli, banqamuka, ngaze ngavuka mina Debora, ngavuka ngingunina kwa-Israyeli.
AbAhluleli 5:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Emihleni kaSamgari indodana ka-Anati emihleni kaJayeli imigwaqo yayingenamuntu, abahambi babehamba emigwaqweni. Abakhileyo emadolobheni baphela, banqamuka kwa-Israyeli, ngaze ngavuka mina Debora, ngasukuma njengonina kwa-Israyeli.