AbAhluleli 16:17
AbAhluleli 16:17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke wayesemtshela yonke imfihlo yakhe, wathi kuye: “Ikhanda lami alikaze liphucwe ngensingo, ngokuba ngingumnaziri kaNkulunkulu kwasesibelethweni sikamame. Uma ngigundwa ayophela amandla ami, ngibe ntekenteke, ngifane nabo bonke abantu.”
Dlulisela
Funda AbAhluleli 16AbAhluleli 16:17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wamtshela inhliziyo yakhe yonke, wathi kuye: “Akuthintanga mpuco ekhanda lami, ngokuba bengingumNaziri* kaNkulunkulu kwasesizalweni sikamame; uma ngiphuculwa, amandla ami ayakumuka kimi, ngiyakuba buthakathaka, ngibe njengomunye umuntu.”
Dlulisela
Funda AbAhluleli 16