EkaJakobe 4:14-15
EkaJakobe 4:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
anikwazi okwangomuso; kuyini ukuphila kwenu na? Ngokuba niyinkungu ebonakala isikhashana, ibisinyamalala. Nga nisho nithi: “Uma iNkosi ithanda, siphila, siyakwenza lokhu nalokho.”
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4EkaJakobe 4:14-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kalikwazi okuzakwenzeka kusasa. Ngoba iyini impilo yakho? Kungumhwamuko obonakala isikhashana, bese unyamalala. Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4