EkaJakobe 4:1-2
EkaJakobe 4:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Akuveli yini ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na? Niyafisa, kodwa aninalutho. Niyabulala, ninomhawu, kepha anizuzi lutho; niyalwa, nidala izimpi. Aninalutho ngoba aniceli.
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4EkaJakobe 4:1-2 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Aziphumi yini lapha ezinkanukweni zenu ezilwa ezithweni zenu na? Niyafisa, ningabi nalutho
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4EkaJakobe 4:1-2 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Aziphumi yini lapha ezinkanukweni zenu ezilwa ezithweni zenu na? Niyafisa, ningabi nalutho
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4EkaJakobe 4:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Zivelaphi izimpi, nokulwa kuvelaphi phakathi kwenu na? Akuveli yini lapho ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na? Niyafisa, nokho aninalutho; niyabulala ninomhawu, nokho anizuzi lutho; niyalwa nenza impi. Aninalutho, ngokuba ningaceli
Dlulisela
Funda EkaJakobe 4