EkaJakobe 2:3-4
EkaJakobe 2:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
nimbheke ogqokile izingubo ezicwebezelayo, nithi: “Hlala lapha wena kulendawo enhle,” besenithi kompofu: “Yima lapho wena,” noma: “Hlala phansi kwesenabelo sezinyawo zami,” anikhethi yini, nibe ngabahluleli abanezizindlo ezimbi na?
EkaJakobe 2:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Nimhlonipha owembethe ingubo ewubukhazikhazi, nithi kuye: “Hlala wena lapha endaweni enhle; nithi kwabampofu: ‘Yima wena lapho, noma uhlale lapha phansi kwesenabelo sezinyawo zami; Ngakho anibandlululi yini, naze naba ngabahluleli bemicabango emibi na?
EkaJakobe 2:3-4 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Nimhlonipha owembethe ingubo ewubukhazikhazi, nithi kuye: “Hlala wena lapha endaweni enhle; nithi kwabampofu: ‘Yima wena lapho, noma uhlale lapha phansi kwesenabelo sezinyawo zami; Ngakho anibandlululi yini, naze naba ngabahluleli bemicabango emibi na?
EkaJakobe 2:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
niyabheka, bese nithi kogqoke izingubo zakwanokusho: “Hlala lapha wena kule ndawo enhle,” bese nithi kompofu: “Yima lapho wena,” noma: “Hlala phansi kwesenabelo sezinyawo zami.” Anibandlululanga yini phakathi kwenu, naba ngabehluleli abanemidlinzo emibi na?