U-Isaya 60:1-3
U-Isaya 60:1-3 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Vuka ukhanye, ngokuba ukukhanya kwakho kufikile; nenkazimulo kaSimakade iphumele phezu kwakho. Ngokuba ubumnyama buyakusibekela umhlaba, nesigayegaye abantu, kodwa uSimakade uyakuphuma phezu kwakho, nenkazimulo yakhe iyobonakala phezu kwakho. Izizwe ziyokuza namakhosi ekukhazimuleni kokuphuma kwakho.
U-Isaya 60:1-3 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Vuka ukhanye, ngokuba ukukhanya kwakho kuyeza; inkazimulo kaJehova iphumela phezu kwakho. Ngokuba bheka, ubumnyama buyasibekela umhlaba, nesigayegaye abantu; kepha uJehova uyaphuma phezu kwakho, nenkazimulo yakhe iyakubonakala phezu kwakho. Izizwe ziyakuhamba ekukhanyeni kwakho, namakhosi ekukhazimuleni kokuphuma kwakho.
U-Isaya 60:1-3 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Vuka, ukhanye; ngoba ukukhanya kwakho kufikile, lenkazimulo yeNKOSI iphuma phezu kwakho. Ngokuba bheka, ubumnyama buyakusibekela umhlaba, nobumnyama abantu; kepha uJehova uyakuphakama phezu kwakho, inkazimulo yakhe ibonakale phezu kwakho. Abezizwe bayakuza ekukhanyeni kwakho, namakhosi ekukhazimuleni kokuvuka kwakho.