U-Isaya 11:3-4
U-Isaya 11:3-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Intokozo yakhe iyakuba sekumesabeni uSimakade; akayukwehlulela ngokubona kwamehlo akhe, noma anqume ngakuzwe ngosizwile. Kepha uyakwehlulela abampofu ngokulunga, alunqume ngokufaneleyo udaba lwabathobekileyo bomhlaba, uyakushaya umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, ababulale ababi ngokuphefumula kwezindebe zakhe.
U-Isaya 11:3-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
uyakumenza abe nomqondo osheshayo ekumesabeni uJehova; futhi ngeke ahlulele ngokubona kwamehlo akhe, noma ukusola ngokuzwa kwezindlebe zakhe. Kodwa ngobulungisa iyokwahlulela abampofu futhi isole abathobekileyo bomhlaba ngobuqotho; futhi uyoshaya umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, futhi ngomoya wezindebe zakhe uyobulala ababi.
U-Isaya 11:3-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Intokozo yakhe iyakuba sekumesabeni uJehova; akayikwahlulela ngokubona kwamehlo akhe, anganqumi ngokuzwa kwezindlebe zakhe. Kepha uyakwahlulela abampofu ngokulunga, anqume ngokufaneleyo abathobileyo bomhlaba, awushaye umhlaba ngentonga yomlomo wakhe, abulale ababi ngokuphefumula kwezindebe zakhe.