I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

KumaHeberu 7:23-25

KumaHeberu 7:23-25 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka. Kepha yena, ngokuba ehlala phakade unobupristi obungenakuguquleka. Ngakho unamandla okusindisa ngokupheleleyo abeza kuNkulunkulu ngaye, lokhu ephilela njalo ukubakhulekela.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 7

KumaHeberu 7:23-25 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Kepha abaphristi bokuqala babebaningi, ngokuba bathiywa ngukufa ukuba baqhubeke njalo, kodwa uJesu Yena, ngenxa yokuthi uphila ingunaphakade, unobuphristi obungenakuguquka. Ngakho-ke unamandla okusindisa ngokupheleleyo laba abeza kuNkulunkulu ngaye, lokhu ephila ukuba abamele njalo.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 7

KumaHeberu 7:23-25 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Kulabo-ke baba baningi ababekwa babe ngabapristi, ngokuba bathiyeka ngenxa yokufa ukuba baqhube njalo; kepha yena, ngenxa yokuba ehlala phakade, unobupristi obungenakuguquka; ngakho-ke unamandla okusindisa ngokupheleleyo abeza kuNkulunkulu ngaye, lokhu ephilela njalo ukubamela.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 7

KumaHeberu 7:23-25 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Futhi ngempela babebaningi abapristi, ngoba ukufa kwakunqatshelwe ukuqhubeka. Kepha yena, ngokuba ehlala phakade unobupristi obungenakuguquleka. Ngakho unamandla okusindisa ngokupheleleyo abeza kuNkulunkulu ngaye, lokhu ephilela njalo ukubakhulekela.

Dlulisela
Funda KumaHeberu 7
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo