KumaHeberu 10:26-27
KumaHeberu 10:26-27 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono; Kodwa ukulindela okwesabekayo ukwahlulelwa lomlilo ovuthayo ozaqeda izitha.
Dlulisela
Funda KumaHeberu 10KumaHeberu 10:26-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba uma sona ngamabomu, emva kokuba sesilwemukele ulwazi olupheleleyo lweqiniso, akusekho mhlatshelo ongenziwa ngenxa yezono, kepha kuphela ukulindela ukwehlulelwa okwesabekayo nomlilo ovutha bhe ozakungqongqisa amaphikankani.
Dlulisela
Funda KumaHeberu 10