KumaHeberu 10:24-26
KumaHeberu 10:24-26 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Asicabangelaneni ukuze sivuselelane othandweni nasemisebenzini emihle; singakuyeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye; kodwa sikhuthazane, ikakhulu njengoba libona usuku lusondela. Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, awusekho umhlatshelo wezono
KumaHeberu 10:24-26 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Masinakekelane, ukuze kuvuswe uthando nemisebenzi emihle. Singakuyeki ukuhlangana kwethu njengoba kungumkhuba wabanye, kodwa sigqugquzelane, ikakhulu njengokuba nilubona usuku lusondela. Ngokuba uma sona ngamabomu, emva kokuba sesilwemukele ulwazi olupheleleyo lweqiniso, akusekho mhlatshelo ongenziwa ngenxa yezono
KumaHeberu 10:24-26 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando nemisebenzi emihle, singakuyeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane, ikakhulu njengokuba nibona usuku lusondela. Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, akusekho umnikelo ngezono
KumaHeberu 10:24-26 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)