UGenesise 6:7-8
UGenesise 6:7-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ngizobashaya ngibaqothule ebusweni bomhlaba abantu engibadalileyo. Abantu nezilwane, izilwane ezihuquzelayo, nezinyoni zezulu, ngokuba ngiyazisola ukuthi ngikudaleleni.” Nokho uNowa wafumana umusa emehlweni kaSimakade.
Dlulisela
Funda UGenesise 6UGenesise 6:7-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wathi: “Abantu engibadalileyo ngizakubachitha ebusweni bomhlaba, yebo, abantu, nezinkomo, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu, ngokuba ngiyazisola ukuthi ngibenzile.” Kepha uNowa wayetholile umusa emehlweni kaJehova.
Dlulisela
Funda UGenesise 6