UGenesise 41:39-40
UGenesise 41:39-40 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UFaro wayesethi kuJosefa: “Njengalokhu uNkulunkulu ekwambulele konke lokhu, akekho omunye okwazi ukuhlaziya izinto nohlakaniphe njengawe. Uzokwengamela isigodlo sami, nesizwe sami sonke siyokwenza njengoba usiyala; yimi kuphela ngokwesikhundla sami sobukhosi engizoba mkhulu kunawe.”
UGenesise 41:39-40 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wathi uFaro kuJosefa: “Njengokuba uNkulunkulu ekwazise wena konke lokhu, akakho oqaphelayo ohlakaniphileyo njengawe. Wena uzakuba phezu kwendlu yami; ngezwi lakho bayakuhlelwa bonke abantu bami; esihlalweni sobukhosi kuphela ngiyakuba mkhulu kunawe.”
UGenesise 41:39-40 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UFaro wayesethi kuJosefa: “Ngokuba uNkulunkulu ukubonisile konke lokhu, akakho ohlakaniphileyo nohlakaniphe njengawe; Wena uyakuba phezu kwendlu yami, futhi njengezwi lakho bonke abantu bami bayobuswa; esihlalweni sobukhosi kuphela ngizakuba mkhulu kunawe.