UGenesise 4:6-7
UGenesise 4:6-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
USimakade wambuza uKhayini wathi: “Uthukutheleleni na? Bunyukubaleleni ubuso bakho na? Uma wenza okuhle, awuzukwamukela okuhle yini na? Uma ungenzi kahle, isono sisemnyango, siyakunyonyobela; sifuna wena, kodwa wena sinqobe.”
Dlulisela
Funda UGenesise 4UGenesise 4:6-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJehova wathi kuKayini: “Uthukuthelelani na? Ubuso bakho bunyukumeleleni na? Angithi uma wenza kahle, uyamukeleka na? Uma ungenzi kahle, isono sihlezi ngasemnyango; ukunxanela kwaso kukuwe, kepha wena umelwe ukusibusa.”
Dlulisela
Funda UGenesise 4UGenesise 4:6-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
INkosi yasisithi kuKayini: Uthukuthelelani? kungani ubuso bakho bunyukubele? Uma wenza kahle, awuyikwamukeleka na? uma ungenzi okuhle, isono sihlezi ngasemnyango. Futhi emva kwakho kuyoba isifiso sakhe, futhi uyobusa phezu kwakhe.
Dlulisela
Funda UGenesise 4